Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 nabafowabo oShemaya, no-Azareli, noMilalayi, noGilalayi, noMahayi, noNethaneli, noJuda, noHanani, bephethe izinto zokubethwa zikaDavide, umuntu kaNkulunkulu; u-Ezra, umbhali, wayengaphambi kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 nabafowabo uShemaya, u-Azareli, uMilalayi, uGilalayi, uMahayi, uNethaneli, uJuda noHanani, bephethe izinto zokubethwa zikaDavide, umuntu kaNkulunkulu; u-Ezra, umbhali, engaphambi kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Abafowabo, oShemaya, no-Asareli, noMilalayi, noGilalayi, noMahayi, noNethaneli, noJuda, noHanani, benezinsimbi zokubethwa zikaDavide umuntu kaNkulunkulu, no-Ezra, umbhali, phambi kwabo.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:36
8 Referans Kwoze  

Izinhloko zamaLevi nazi: oHashabiya, noSherebiya, noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, kanye nabafowabo malungana nabo, ukuba badumise, babonge njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba malungana nesigaba.


Wamisa njengomthetho kaDavide uyise izigaba zabapristi enkonzweni yabo, namaLevi ezikhundleni zawo ukuba adumise, akhonze phambi kwabapristi njengokudingekayo imihla ngemihla, nabalindisango ngezigaba zabo emasangweni ngamasango, ngokuba uDavide umuntu kaNkulunkulu wayeyale kanjalo.


izinkulungwane ezine zazingabalindisango; izinkulungwane ezine ziyakudumisa uJehova ngezinto zokubethwa engazenzayo, washo uDavide, ukuba zidumise ngazo.


Bahaya ngomsindo wogubhu, baziqambela izinto zokubethwa njengoDavide.


Nazi izinhloko zawoyise, nazi izizukulwane zabakhuphuka nami eBabele ekubuseni kuka-Aritahishashita inkosi:


Emva kwalokho esabusa u-Aritahishashita, inkosi yasePheresiya, u-Ezra kaSeraya ka-Azariya kaHilikiya,


Kwa-Isakare: uNethaneli indodana kaSuwari.


kanye namadodana athile abapristi ephethe amacilongo: uZakariya kaJonathani, kaShemaya, kaMathaniya, kaMikhaya, kaZakuri, ka-Asafa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite