Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Izinhloko zawoyise babantwana bakwaLevi zalotshwa encwadini yezindaba zemihla ngemihla, kwaze kwaba semihleni kaJohanani indodana ka-Eliyashibi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Abozalo lukaLevi izinhloko zoyise abalotshwa encwadini yezindaba zemihla ngemihla, kwaze kwaba sezinsukwini zikaJohanani indodana ka-Eliyashibhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amadodana kaLevi, izinhloko zawoyise, alotshiwe eNcwadini yeziKronike kwaze kwaba semihleni kaJohanani indodana ka-Eliyashibi.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:23
3 Referans Kwoze  

AmaLevi abhalwa emihleni ka-Eliyashibi, noJoyada, noJohanani, noJaduwa njengezinhloko zawoyise kanye nabapristi ekubuseni kukaDariyu umPheresiya.


Izinhloko zamaLevi nazi: oHashabiya, noSherebiya, noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, kanye nabafowabo malungana nabo, ukuba badumise, babonge njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba malungana nesigaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite