Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Emizaneni inamasimu ayo kwahlala abanye abantwana bakwaJuda: eKiriyati Araba nasemizaneni yalo, naseDiboni nasemizaneni yalo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yalo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Maqondana nemizana namasimu ayo, kwahlala abanye abantu bakwaJuda: eKiriyathi Arbha nasemizaneni yalo, eDibhoni nasemizaneni yalo, eJekabhizeyeli nasemizaneni yalo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Emizini namasimu ayo kwahlala abanye babantwana bakwaJuda eKiriyati-Arba nasemadlelweni ayo, naseDiboni nasemasangweni ayo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yayo;

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:25
7 Referans Kwoze  

Igama leHebroni laliyiKiriyati Araba kuqala ngomuntu owayemkhulu kuwo ama-Anaki. Izwe lase liphumula ekulweni.


USara wafela eKiriyati Araba okuyiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama wafika ukumlilela uSara nokumkhalela.


kusukela e-Aroweri eliseceleni kwesigodi sase-Arinoni, nomuzi ophakathi nesigodi, nalo lonke ithafa laseMedeba kuze kufike eDiboni,


neHeshiboni nayo yonke imizi yalo yasethafeni, iDiboni, neBamoti Bali, neBeti Bali Mehoni,


naseJeshuwa, naseMolada, naseBeti Pheleti,


UJoshuwa wambusisa, wamnika uKalebi indodana kaJefune iHebroni libe yifa lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite