Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 noMathaniya, kaMika, kaZabidi, ka-Asafa, induna yomkhuleko wokubonga, noBakibukiya, owesibili phakathi kwabafowabo, no-Abida kaShamuwa kaGalali kaJeduthuni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 noMathaniya kaMikha, kaZabhidi, ka-Asafa, induna yomkhuleko wokubonga, noBhakibhukiya, owesibili phakathi kwabafowabo, no-Abhida kaShamuwa kaGalali kaJeduthuni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UMathaniya, indodana kaMika, indodana kaSabidi, indodana ka-Asafa, wayeyinhloko ukuqala ukubonga emkhulekweni; noBakibukiya owesibili kubafowabo, no-Abisa, indodana kaSamuwa, indodana kaGalali, indodana kaJeduthuni.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:17
15 Referans Kwoze  

noBakibakari, noHereshi, noGalali, noMathaniya kaMika kaZikiri ka-Asafa,


Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.


Ngase ngikhuphulela ogangeni izikhulu zakwaJuda, ngabeka izigaba ezimbili ezinkulu ezabongayo, zahlaba ihele; esinye sahamba ngakwesokunene ogangeni, saya ngaseSangweni Lomquba;


OMathaniya, noBakibukiya, no-Obadiya, noMeshulamu, noThalimoni, no-Akubi babe ngabalindisango, belinda izindlu zokubekelela ngasemasangweni.


noZakuri, noSherebiya, noShebaniya,


bekanye nabo oHemani noJeduthuni nensali yabakhethiweyo abakhonjwa ngamagama ukuba bambonge uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Wabela amaLevi athile ukukhonza phambi komphongolo kaJehova ukuba amkhumbule, ambonge, amdumise uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli:


UMefibosheti wayenendodana encane egama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaSiba babe yizinceku zikaMefibosheti.


noShabethayi noJozabadi bezinhloko zamaLevi ababephethe umsebenzi wangaphandle wendlu kaNkulunkulu,


Onke amaLevi emzini ongcwele ayengamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili nane.


Izinhloko zamaLevi nazi: oHashabiya, noSherebiya, noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, kanye nabafowabo malungana nabo, ukuba badumise, babonge njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba malungana nesigaba.


Ngokuba nasemihleni kaDavide neka-Asafa kwasendulo kwakukhona abaholi babahlabeleli kanye nezihlabelelo zokudumisa nezokubonga uNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite