Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 IKushe neGibithe kwakungamandla alo angenakuphela; uPhuthi namaLubi babe ngabasizi bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 IKhushe neGibhithe kwakungamandla alo angenakuphela; uPhuthi namaLibhiya kungabasizi bakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 ITopiya neGibithe babengamandla alo, ayengenakuphela; uPhuthi namaLubi aba ngabasizi bakho.

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:9
12 Referans Kwoze  

IKushe, noPhuthi, noLude, nayo yonke ingxubevange yezizwe, neKhubi, nabamazwe ahlangeneyo bayakuwa nabo ngenkemba.


“ ‘AbasePheresiya noLude noPhuthi babe sempini yakho, amadoda empi yakho; baphanyeka izihlangu nezigqoko kuwe; baveza ubuhle bakho.


iPheresiya, neKushe, noPhuthi kukanye nabo, bonke benezihlangu nezigqoko zensimbi,


Yenyukani, mahhashi, nihlanye, zinqola, aphume amaqhawe: oKushe noPhuthi ababambe izihlangu, namaLudi abambe ensala umnsalo.


Bayakuphela amandla, babe namahloni ngeKushe ithemba labo nangeGibithe udumo lwabo.


enezinqola eziyinkulungwane namakhulu amabili, nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha; abantu babengenakubalwa abaphuma naye eGibithe: ngamaLubi, namaSuki, namaKushe.


Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.


Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.


AmaKushe namaLubi ayengesiyo impi enkulu yini, inezinqola nabamahhashi abaningi kakhulu na? Kepha ngenxa yokwencika kwakho kuJehova wawanikela esandleni sakho.


“Ndodana yomuntu, thana kuFaro inkosi yaseGibithe nasesixukwini sakhe: “ ‘Ufana nobani ebukhulwini bakho na?


Iyakubusa phezu kwengcebo yegolide nesiliva, naphezu kwakho konke okuthandiweyo kwaseGibithe; amaLubi namaKushe ayakuba sezinyathelweni zayo.


Lapho bekubamba ngesandla, uyaphuka, uklebhula zonke izinhlangothi zabo; nalapho bencika kuwe, uyaphuka, untengantengise zonke izinkalo zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite