Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Umuhle wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, elalizungezwe ngamanzi, elilugange lwalo lwalululwandle, nelidonga lwalo lungamanzi, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Umuhle yini wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, lizungezwe ngamanzi, ugange lwalo kuwulwandle, nodonga lwalo kungamanzi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wena ungcono yini kunabantu baseNo, ababemi phakathi kwemifula, amanzi abo nxazonke, osebe lwabo lululwandle, nogange lwabo lwaluvela olwandle, na?

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:8
8 Referans Kwoze  

Dlulelani eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu, bese nehlela eGati lamaFilisti; bahle kunale mibuso yini, umkhawulo wabo mkhulu kunomkhawulo wenu na?


kanye noFaro inkosi yaseGibithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabantu bakhe bonke,


Izizwe zizwile ngehlazo lakho, umhlaba ugcwele ukukhala kwakho; ngokuba iqhawe likhubeka ngelinye, awa omabili kanyekanye.”


Liyakuba phansi emibusweni, alisayikuziphakamisa phezu kwezizwe; futhi ngizakubanciphisa ukuba bangabusi izizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite