Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ngenxa yobuningi bobufebe besifebe esibukekayo, umnikazi wokulumba, esithengisa izizwe ngobufebe baso, nemindeni ngamalumbo aso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 ngokuba budlangile ubufebe besifebe esibukekayo, umpetha wokuyenga, umkhunkuli othengisa izizwe ngobufebe bakhe, nemindeni ngokukhunkula kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 ngenxa yobuningi bobufebe besifebe esihle, unkosikazi womthakathi, esithengisa izizwe ngobufebe baso nemindeni ngobuthakathi baso.

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:4
10 Referans Kwoze  

Kodwa lokhu kokubili kuyakufika kuwe ngokuphazima kweso ngalusuku lunye, ukufelwa, kwabantwana nobufelokazi kufike phezu kwakho ngokugcweleyo phakathi kobuningi bamalumbo akho, nobuningi beziphonso zakho.


nokukhanya kwesibani akusoze kwaphinda kukhanye phakathi kwakho, nezwi lomyeni nelomlobokazi alisoze labuye lizwakale phakathi kwakho, ngokuba izizwe zonke zidukisiwe ngokuthakatha kwakho,


“Amakhosi omhlaba ayefeba nalo ehlala ngokutamasa ayakukhala ambongoze ngalo, nxa ebona umusi wokusha kwalo,


“Manje yizwa lokhu wena ozijabulisayo, ohlala ulondekile, othi enhliziweni yakho: Yimi, akakho omunye; angiyikuhlalisa okomfelokazi, nokufelwa abantwana angiyikukwazi.


“ ‘Ngalokho yizwa, sifebe, izwi likaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite