Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngukuqhuma kwesiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, namahhashi agadulayo, nezinqola ezixhumayo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kuqhuma isiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, nogabadula kwamahhashi, nokugxuma kwezinqola.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umsindo wesiswebhu nomsindo wamasondo nowamahhashi agijimayo nowezinqola ezigxumayo.

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:2
7 Referans Kwoze  

Ngomsindo wokudubhuza kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, nangokuduma kwezinqola zakhe, nangodumo lwamasondo akhe oyise ababheki emuva kubantwana ngenxa yobuthakathaka bezandla zabo


Khona zadubuza izinselo zamahhashi ngokugadula, ukugadula kwezinkweli zawo.


Ngokuba zonke izicathulo ezifakiweyo esiyaluyalwini sokulwa nezingubo ezigingqwe egazini ziyakuba ngezokushiswa, zidliwe ngumlilo.


Isimo sabo sinjengesimo samahhashi, bagijima njengabamahhashi.


Bangqabashiya ngomsindo wezinqola eziqongweni zezintaba, njengokuchochoza kwelangabi lomlilo elidla amabibi nanjengabantu abanamandla, abahlelelwe ukulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite