Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Lapho umlilo uyakukuqeda, inkemba ikunqume, ikudle njengenkasa; zandise njengenkasa, zandise njengesikhonyane!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Lapho uyakukungqongqiswa ngumlilo, udliwe yinkemba, ikudle njengesikhonyane, zandise njengokhumbintethe, uzandise njengesikhonyane!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lapho umlilo uyakukuqeda; inkemba iyakukunquma, ikudle njengenkumbi; ukwenze ufane kakhulu nenkasa, ukwenze ufane kakhulu nesikhonyane.

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:15
10 Referans Kwoze  

Okushiywe yisibotho kudliwe yisikhonyane, nokushiywe yisikhonyane kudliwe yizinkumbi, nokushiywe yizinkumbi kudliwe yinkasa.


Bheka, abantu bakho phakathi kwakho bangabesifazane nje; amasango ezwe lakho avulekele impela izitha zakho, umlilo udlile imigoqo yakho.


“Bheka, ngimelene nawe,” usho uJehova Sebawoti; “ngiyakushisa izinqola zakho emsini, inkemba idle amabhongo akho ezingonyama; ngiyakunquma impango yakho emhlabeni, nezwi lezithunywa zakho alisayikuzwakala.”


Uyakwelulela isandla sakhe ngasenyakatho, achithe i-Asiriya, alenze iNineve libe yincithakalo, lome njengehlane.


“Ngiyakubuyisela kini iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezinkumbi, nenkasa, nesibotho, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.


Ngokuba bheka, uJehova uyakufika ngomlilo, izinqola zakhe zibe njengesivunguvungu, ukubuyisela intukuthelo yakhe ngokufutheka nokukhuza kwakhe ngamalangabi omlilo.


Ngokuba uJehova uyakwahlulela inyama yonke ngomlilo nangenkemba; ababulawayo nguJehova bayakuba baningi.


UJehova Sebawoti uzifungile wathi: Noma ngikugcwalisile ngabantu njengangezinkumbi, bayakuhalalisa nokho ngawe.


INkosi uJehova yangibonisa kanje: bheka, yayenza isikhonyane ekuqaleni kokumila kotshani bamuva; bheka, kwakungutshani bamuva emva kokusika kwenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite