Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kuphume kuwe owamcebela uJehova okubi, wanika isiluleko esibi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Kukhona ovela kuwe oceba okubi ngoSimakade, umluleki owonakele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kuphume kuwe oceba okubi ngoJehova, umeluleki omubi.

Gade chapit la Kopi




UNahume 1:11
11 Referans Kwoze  

Enikucebayo ngoJehova uyakuqeda yena; ukuhlupheka akuyikuvela ngokwesibili.


Kwabuthana kuye amayiyane, abantu ababi, aziqinisa ukulwa noRehobowamu indodana kaSolomoni, uRehobowamu esemusha, inhliziyo isathambile, engenakumelana nawo.


futhi uHezekiya makanganenzi nethembe uJehova ngokuthi: “UJehova uyakusophula nokusophula, nalo muzi awuyikunikelwa esandleni senkosi yase-Asiriya.” ’


Kwakukhona umuntu omubi ogama lakhe lalinguSheba indodana kaBikri umBenjamini; wabetha icilongo, wathi: “Asinasabelo kuDavide, asinafa endodaneni kaJese; yiyani nonke ematendeni enu, Israyeli.”


Amadodana ka-Eli ayengabantu ababi; ayengamazi uJehova.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, yilawa madoda aceba okubi, anika iziluleko ezimbi kulo muzi,


Wo! kwabaceba ububi, benze okubi emibhedeni yabo! Ekukhanyeni kokusa bayakwenza, ngokuba kusemandleni ezandla zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite