Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uthando lwabo, nokuzonda kwabo, nomhawu wabo sekuphelile, futhi abasenaso isabelo nanini kukho konke okwenziwa phansi kwelanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kubo uthando nenzondo nomona sekuphelile, abasenaso isabelo nanini kukho konke okwenziwa phansi komthunzi welanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uthando lwabo, nenzondo yabo, nomhawu wabo sekuphelile; futhi abanasabelo phakade kukho konke okwenziwa phansi kwelanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 9:6
11 Referans Kwoze  

“Vuka uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli; ngokuba sebefile ababezingela ukuphila komntwana.”


Ngokuba ngubani okwaziyo okuhle okuyakuba ngokomuntu ekuhambeni kwakhe zonke izinsuku zokuhamba kwakhe okuyize aziqedayo njengesithunzi na? Ngubani ongatshela umuntu okuyakuba semva kwakhe phansi kwelanga na?


Ithemba labalungileyo liyakuba yintokozo, kepha abakwethembayo ababi kuyakubhubha.


Kwavela inkosi entsha eGibithe eyayingamazi uJosefa.


Konke amehlo ami akufisayo angikugodlanga kuwo; angenqabelanga inhliziyo yami neyodwa intokozo, ngokuba inhliziyo yami yathokoza ngawo wonke umshikashika wami; lokho kwakuyisabelo sami kuwo wonke umshikashika wami.


Ngase ngibona-ke ukuthi akukho okungcono kunokuba umuntu athokoze ngemisebenzi yakhe, lokhu kuyisabelo sakhe, ngokuba ngubani ongambuyisa ukuba abone okuyakuba semva kwakhe na?


Ngokuba konke lokho ngakubeka enhliziyweni yami ukuhlola konke lokho ukuthi abalungileyo nabahlakaniphileyo nemisebenzi yabo kusesandleni sikaNkulunkulu; noma kuluthando noma kuyinzondo, akukho muntu okwaziyo; konke kusebusweni babo.


Ngathi: “Angiyikumbona uJehova, uJehova ezweni labaphilayo; angisayikubuka muntu nginabakhileyo bezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite