Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ungabeki inhliziyo yakho emazwini onke akhulunywayo, funa uzwe inceku yakho ikuthuka,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ungayibeki inhliziyo yakho kukho konke okushiwo ngabantu, funa uzwe inceku yakho ikuqalekisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi ungawalaleli wonke amazwi akhulunywayo; funa uzwe inceku yakho ikuthuka.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:21
7 Referans Kwoze  

“Ungahlebi inceku enkosini yayo, funa ikuthuke, ube necala.


ababemtholisa umuntu icala ngezwi nje, bambekela ugibe yena owathetha amacala esangweni, bachezukisa olungileyo ngento engelutho.


Yathi inkosi: “Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya. Njengokuba ethuka, lokhu uJehova eshilo futhi kuye ukuthi: ‘Thuka uDavide,’ ngubani ongasho ukuthi: ‘Ukwenzeleni lokho na?’ ”


Wathi enkosini: “Inkosi yami mayingangibaleli icala, futhi ungakhumbuli okubi okwenziwa yinceku yakho mhla inkosi yami, inkosi, iphuma eJerusalema, ukuba inkosi ikubeke enhliziyweni yayo.


ngokuba kaninginingi inhliziyo yakho iyazi ukuba nawe ubathukile abanye.


Kepha abantu ababi bathi: “Uyakusisindisa kanjani lowo na?” Bamdelela, abamnikanga isipho. Kepha wathula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite