Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ukuhlakanipha kuhle kanye nefa, futhi ngalokho kunenzuzo kwababona ilanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:11
13 Referans Kwoze  

Ukukhanya kumnandi, yebo, kuhle emehlweni ukubona ilanga.


Ngase ngibona ukuthi ukuhlakanipha kudlula ubuwula njengalokhu ukukhanya kudlula ubumnyama.


Ungasho ukuthi: “Kwenziwa kanjani ukuba izinsuku zokuqala zazizinhle kunalezi na?” Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha.


“Kepha ukuhlakanipha kufumanisekaphi? Iphi indawo yokuqonda na?


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


ngokuba inzuzo yakho inhle kunenzuzo yesiliva, nokutholakalayo kukho kunegolide.


Kuyigugu kunamarubi,* nakho konke ongakufisa akunakulinganiswa nakho.


Umqhele wabahlakaniphileyo uyingcebo yabo, umgexo weziwula ungubuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite