Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 6:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngokuba ohlakaniphileyo udluleleni isiwula, nompofu okwazi ukuhamba phambi kwabaphilileyo unantoni na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Umuntu ohlakaniphile ungcono ngani koyisiwula na? Umuntu ompofu, okwazi ukuziphatha kahle phambi kwabantu, utholani na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba ohlakaniphileyo unenani elingaphezu kwesiwula na? uyini ompofu okwaziyo ukuhamba phambi kwabaphilayo na?

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 6:8
9 Referans Kwoze  

Ungcono ompofu ohamba ekupheleleni kwakhe kunophambene ngezindebe zakhe eyisiwula.


Yala abacebileyo kuleli zwe lamanje ngokuthi bangakhukhumali, bangathembeli engcebeni engemiyo, kepha mabathembele kuNkulunkulu osicebisa ngakho konke, sithokoze ngakho,


Babelungile bobabili phambi kukaNkulunkulu behamba ngayo yonke imiyalo nezimiso zeNkosi, bengasoleki.


Lapho okuhle kwanda, nabakudlayo bayanda; kulusizo luni kumninikho ngaphandle kokuba akubone ngamehlo akhe na?


Ngiyakuhamba ebusweni bukaJehova ezweni labaphilayo.


Ngizakuqaphelisisa indlela engenacala. Uyakuza nini kimi na? Ngizakuhamba endlini yami ngenhliziyo engenacala.


U-Abrama eneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami ungenacala.


Kungcono ukubona kwamehlo kunokuzulazula kwesifiso; nalokhu kuyize nokufuna umoya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite