Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 6:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Nelanga akulibonanga, akwazi lutho; khona kunokuphumula kunaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Akulibonanga ilanga, akwazi lutho, kodwa khona kuthola ukuphumula kunaye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngaphezu kwalokho, akazange alibone ilanga futhi engazi lutho; inokuphumula okwedlula ezinye.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 6:5
8 Referans Kwoze  

Mababe njengomnenke oncibilika, uphele, njengokuphuphume kowesifazane okungalibonanga ilanga.


“Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele ukuyaluza.


ngokuba kufika ngeze, kumuke ebumnyameni, igama lakho lisitshekelwa ngubumnyama.


Yebo, noma ephila iminyaka eyinkulungwane ephindwa kabili, engaboni okuhle, abayi bonke endaweni inye na?


Ukukhanya kumnandi, yebo, kuhle emehlweni ukubona ilanga.


kepha badlulwa bobabili nguye ongakabikho, ongabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite