Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 5:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inkosi esebenzela amasimu iyinsizakalo yezwe kukho konke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Impumelelo yezwe isenkosini enakekela ukulinywa kwamasimu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inzuzo yomhlaba ngeyabo bonke; inkosi ikhonza emasimini.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 5:9
15 Referans Kwoze  

Olima insimu yakhe uyakusutha ngokudla, kepha olandela amayiyane uyakusutha ngobumpofu.


Emqathweni wabampofu kukhona ukudla okuningi, kepha kukhona okuchithwa ngenxa yokungalungi.


Izulu liyizulu likaJehova, kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.


Uma ubona ukudlovelwa kwabampofu nokuphangwa kokwahlulela nokokulunga ezweni, ungamangali ngakho, ngokuba omkhulu uqaphela omkhulu kunaye, futhi kukhona nabakhulu kunabo.


Othanda imali akayikusutha ngemali, nothanda okuningi akaneliswa yizithelo; nalokho kuyize.


Kukhona oyedwa, kanaye owesibili, yebo, akanamntwana, kanamfowabo, nokho ukuphela komshikashika wakhe akukho, namehlo akhe awasuthi ngengcebo. Uthi: “Ngishikashikela-bani, ngiswezisela umphefumulo wami ngokuhle, na?” Nalokho kuyize nenhlupheko embi.


Wonke umshikashika womuntu wenzelwa umlomo wakhe, nokho iphango alaneliswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite