Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 2:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ngazenzela izivande namahlathi, ngatshala khona imithi enezithelo zezinhlobo zonke,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngazenzela izivande nezindawo zokuphumula, ngatshala kuzo zonke, izinhlobo zezihlahla zezithelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngazenzela izivande nezivande zezithelo, ngatshala kuzo imithi yazo zonke izinhlobo zesithelo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 2:5
10 Referans Kwoze  

Kwathi lapho uSedekiya inkosi yakwaJuda nawo onke amadoda empi bezibona, babaleka, bephuma emzini ebusuku ngendlela yensimu yenkosi ngesango phakathi kwezingange zombili; waphuma ngendlela yase-Araba.


Othandiweyo wami wehlele ensimini yakhe, ezindimeni zamakha, ukuba aluse ensimini, akhe iminduze.


Uyinsimu ehluthulelweyo, dadewethu, makoti wami, umthombo ohluthulelweyo nesiphethu esibekwe uphawu.


kanye nencwadi ku-Asafa umlindihlathi lenkosi ukuba anginike imithi yemishayo yamasango enqaba ehlangene nethempeli, neyongange lomuzi, neyendlu engiyakungena kuyo.” Inkosi yanginika lokhu ngokwesandla esihle sikaNkulunkulu wami esasiphezu kwami.


Amahlumela akho ayihlathi lamapomegranati* anezithelo ezinqabileyo, ihena* kanye nenadi,*


Vuka, moya wasenyakatho, uze wena Ningizimu, uphephethe ensimini yami, ukuze amakha ayo athaphuke; othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle izithelo zayo ezinqabileyo.


Sengingenile ensimini yami, dadewethu, makoti wami; ngiyabutha imure* lami namakha ami, ngiyadla amakhekheba ami kanye nezinyosi zami, ngiyaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami. Yidlani, bangane, niphuze, nisuthe ngothando.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite