Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 2:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngase ngibuye ngaphela ithemba ngawo wonke umshikashika engangiwushikashikile phansi kwelanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ngase ngitheneka amandla, inhliziyo yami yadikibala ngawo wonke umshikashika engiwushikashike phansi komthunzi welanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngakho ngahamba ukuze inhliziyo yami idangele ngenxa yawo wonke umshikashika engawenza phansi kwelanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 2:20
8 Referans Kwoze  

Uma singabathembela kuKristu kulokhu kuphila kuphela, singabokukhalelwa kunabantu bonke.


UNkulunkulu uSomandla aniphe umusa ebusweni balowo muntu, ukuze anikhululele umfowenu lowo omunye kanye noBenjamini; kepha mina, uma ngaphucwa abantwana, ngiyaphucwa.”


Ngubani owaziyo, uma eyakuba ngumuntu ohlakaniphileyo noma isiwula na? Nokho uyakubusa phezu kwawo wonke umshikashika wami engiwushikashikile nengihlakaniphele kuwo phansi kwelanga. Nalokho kuyize.


Ngokuba kukhona umuntu omshikashika wakhe wenziwe ngokuhlakanipha, nangokwazi, nangekhono, kepha nokho uyakuwunikeza kumuntu ongawushikashikanga kube yisabelo sakhe. Nalokho kuyize nobubi obukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite