Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 12:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UMshumayeli wafuna ukuthola amazwi anamisayo afanele ukulotshwa, amazwi eqiniso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UMshumayeli wayefunisisa amazwi athokozisayo, ngobuqotho abhale amazwi aliqiniso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umshumayeli wafuna ukuthola amazwi amukelekayo, futhi okulotshiweyo kwakulungile, amazwi eqiniso.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 12:10
14 Referans Kwoze  

ngenxa yethemba enibekelwe lona ezulwini, enezwa ngalo ngaphambili ngezwi leqiniso levangeli


Likholekile leli zwi, lifanele impela ukwamukelwa ukuthi uKristu Jesu weza ezweni ukusindisa izoni, engingesikhulu kuzo;


Amacebo amabi ayisinengiso kuJehova, kepha amazwi acwebileyo ayamenamisa.


Amazwi oMshumayeli indodana kaDavide, inkosi yaseJerusalema.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Sikhuluma esikwaziyo, sifakaza ngesikubonileyo; kepha anibamukeli ubufakazi bethu.


Umuntu uyathokoza ngokuphendula komlomo wakhe, nezwi ngesikhathi salo lihle kangakanani!


Mina Mshumayeli ngangiyinkosi phezu kuka-Israyeli eJerusalema.


Izindebe zolungileyo ziyakwazi okuhle, kepha umlomo wababi okuphambeneyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite