Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 11:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ukukhanya kumnandi, yebo, kuhle emehlweni ukubona ilanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ukukhanya kumnandi, kuthokozisa amehlo ukubuka ilanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngempela, kumnandi ukukhanya, futhi kuyajabulisa emehlweni ukubona ilanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 11:7
10 Referans Kwoze  

Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga,


ukuba nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini; ngokuba yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula phezu kwabalungileyo nabangalungile.


Ukukhanya kwamehlo kuyathokozisa inhliziyo, nezindaba ezinhle ziyanonisa amathambo.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu uyilanga nesihlangu; uJehova uyakupha umusa nodumo; akayikubenqabela okuhle abahamba ngobuqotho.


Ompofu nocindezelayo bandawonye; uJehova ukhanyisa amehlo abo bobabili.


ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.


Nelanga akulibonanga, akwazi lutho; khona kunokuphumula kunaye.


Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufeni nezinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe ebusweni bukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo.


uhlengile umphefumulo wami ukuba ungadluleli egodini; ngiyakubona ukukhanya ngiphila.’


yebo, lingakabi mnyama ilanga, nokukhanya, nenyanga, nezinkanyezi, namafu engakabuyi emva kwemvula,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite