Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 11:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uma amafu egcwele imvula, ayayithulula emhlabeni; futhi uma kuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho uwa khona umuthi, uyakuba lapho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Uma amafu emumethe imvula, ayithululela emhlabeni; nesihlahla uma siwela ngaseningizimu noma ngasenyakatho, sitholakala lapho siwele khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho amafu egcwele imvula, athululela emhlabeni; uma umuthi uwa ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho isihlahla uwe khona, siyakuba-khona.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 11:3
9 Referans Kwoze  

Kepha yena onemfuyo yezwe, ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele isihawu sakhe, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na?


Wayesethi kuso isisebenzi sesivini: ‘Bheka, sekuyiminyaka emithathu ngiza ngifuna isithelo kulo mkhiwane, ngingasifumani; wunqume; yini ukuba uyone futhi inhlabathi?’


Kwathi ngesikhashana nje izulu laguqubala ngamafu nangomoya, lana imvula enkulu. U-Ahabi wakhwela inqola, waya eJizreyeli.


Izembe selibekiwe empandeni yemithi; ngakho yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyanqunywa, iphonswe emlilweni.


Yabela abayisikhombisa nabayisishiyagalombili, ngokuba awukwazi okubi okuyakuba semhlabeni.


Oqaphela umoya akayikuhlwanyela; obheka amafu kayikuvuna.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite