Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngibonile izinceku zikhwele amahhashi, nezikhulu zihamba phansi njengezinceku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngibone izigqila zigibele amahhashi, izikhulu zihamba ngezinyawo njengezigqila.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngabona izinceku zigibele amahhashi nezikhulu zihamba emhlabeni njengezinceku.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:7
4 Referans Kwoze  

Ukutamasa akufanele isiwula; kakhulu kangakanani akufanele ukuba inceku ibuse phezu kwezikhulu.


makalethelwe isambatho sobukhosi ekade isembethe inkosi, kanye nehhashi inkosi ekade ikhwela kulo nelifakwe enhloko yalo umqhele wobukhosi;


phansi kwenceku ekubekweni kwayo inkosi, nesiwula uma sisuthile ngokudla,


Yaphuma-ke inkosi, bonke abantu beyilandela; bahlala eBeti Hamerhaki.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite