Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ubuwula bubekwa ezindaweni eziningi eziphakemeyo, kepha abacebileyo bahlala kweziphansi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 ubuwula bubekwa ezindaweni eziningi eziphakemeyo, abacebile bahlala endaweni ephansi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ubuwula bubekwa endaweni ephakemeyo, nabacebileyo bahlala phansi.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:6
11 Referans Kwoze  

Lapho abalungileyo bethokoza, udumo lukhulu, kepha ekuvukeni kwababi abantu bamelwe ukufunwa.


Abantu bayathokoza ngokwanda kwabalungileyo, kepha ngokubusa kwababi abantu bayabubula.


Abangamesabi uNkulunkulu bayashanguza nxazonke, lapho amanyala ephakeme kubantwana babantu.


Emva kwalezo zinto inkosi, u-Ahashiveroshi, yamenza mkhulu uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, yamphakamisa, yamisa isihlalo sakhe phezu kwazo zonke izikhulu ezazinayo.


Lapho ababi bevuka, umuntu uyacasha, kepha ngokubhubha kwabo abalungileyo bayanda.


Lapho uHamani ebona ukuthi uMoridekayi akakhothamanga, kakhulekanga kuye, uHamani wagcwala ulaka.


Ukutamasa akufanele isiwula; kakhulu kangakanani akufanele ukuba inceku ibuse phezu kwezikhulu.


Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga, bunjengephutha elivela kumbusi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite