Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngobuvila obukhulu indlu iyabola, nangokwenqena kwezandla iyavuza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngenxa yobuvila uphahla luyapatalala, nangenxa yokudembesela izinto indlu iyanetha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngobuvila obuningi isakhiwo siyabhubha; ngobuvila bezandla indlu iyawa.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:18
8 Referans Kwoze  

Owesifazane ohlakaniphileyo uyakha indlu yakhe, kepha oyisiwula uyayidiliza ngezandla zakhe.


Ngenxa yobusika ivila aliyikulima; ngalokho uyakuthekela ngesikhathi sokuvuna, kungekho lutho.


Kepha sinxanela ukuba yilowo nalowo kini abonakalise lokho kukhuthalela, lize liphelele ithemba kuze kube sekupheleni,


Ngokuba inseli noyisiminzi bayakuba mpofu; ukozela kuyakwembathisa umuntu amanikiniki.


Isifiso sevila siyalibulala, ngokuba izandla zalo ziyenqaba ukusebenza.


Isandla sabakhutheleyo siyakubusa, kepha izidenge ziyakuphoqelwa umsebenzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite