UmShumayeli 1:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Okwake kwaba khona yikho okuyakuba khona, nokwake kwenziwa yikho okuyakwenziwa; akukho okusha phansi kwelanga. Gade chapit laIsiZulu 20209 Okwake kwaba khona, kuyobuye kube khona, nokwake kwenziwa kuyobuye kwenziwe. Ayikho into entsha phansi komthunzi welanga. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Okwakukhona yikho okuzakuba khona; futhi okwenzekayo yilokho okuyokwenziwa; futhi akukho okusha phansi kwelanga. Gade chapit la |