Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UMikha 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Bantu bami, ngenzeni kini; kuyini enginikhathaze ngakho na? Ngiphenduleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 “Bantu bami, ngenzeni kinina na? Nginikhathaze ngani na? Ngiphenduleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 O bantu bami, ngenzeni kini na? ngikukhathaze ngani na? fakaza ngami.

Gade chapit la Kopi




UMikha 6:3
11 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: “Ububi buni oyihlo ababufumene kimi, baze badeda kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?


“Sengathi abantu bami bangangizwa, u-Israyeli ahambe ezindleleni zami.


“Wena sizukulwane, bheka izwi likaJehova. “Bengiyihlane ku-Israyeli, noma izwe lesigayegaye, na? Basholoni abantu bami ukuthi: ‘Sesidlubulundile, asisayikubuyela kuwe,’ na?


“Yizwa, sizwe sami, ngiyakukhuluma; Israyeli, ngizakufakaza kuwe ukuthi: NginguNkulunkulu, uNkulunkulu wakho.


Kepha siyazi ukuthi lokhu okushoyo umthetho ukukhuluma kubo abasemthethweni ukuba yonke imilomo ivinjwe, izwe lonke libe necala kuNkulunkulu,


Bantu bami, ake nikhumbule okwacetshwa nguBalaki inkosi yakwaMowabi, nalokho amphendula ngakho uBileyamu indodana kaBeyori, nokwakuphakathi kweShithimi neGiligali, nize nazi izenzo ezilungileyo zikaJehova.”


“Zwanini, bantu bami, ngizakufakaza kini ukuthi: O Israyeli, sengathi ungangilalela!


Ngonile kuwe wena wedwa, ngakwenza okubi emehlweni akho, ukuze uthiwe ulungile ekukhulumeni kwakho, uchache ekwahluleleni kwakho.


Nga kwenziwani futhi esivinini sami engingakwenzanga kuso na? Kungani ukuba lapho ngithembe ukuthi siyakuthela izithelo zomvini, saveza izithelo zasendle, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite