Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UMikha 1:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ningakulandisi eGati, ningakhali e-Akha; eBeti Afera huquzelani othulini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ningasho lutho eGathi, ningalokothi nilile. Zinginqeni othulini eBhethi Leyofra.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ningakukhulumi eGati, ningakhali nakanye; zigingqe othulini endlini ka-Afra.

Gade chapit la Kopi




UMikha 1:10
7 Referans Kwoze  

“Ningakusho eGati, ningakumemezeli ezitaladini zase-Ashikeloni, funa amadodakazi amaFilisti ajabule, namadodakazi abangasokile athokoze.


Ndodakazi yabantu bami, bhinca indwangu yamasaka, uhuquzele emlotheni, wenze isililo njengesendodana eyodwa, ukukhala okumunyu, ngokuba umphangi uyakusehlela masinyane.


Lapho umngane womuntu emphakamisa kanye noshisayo ukuba bakhiphe amathambo endlini, abesesho kophakathi kwendlu impela ukuthi: “Kusekhona muntu kuwe na?” yena esephendula athi: “Akusekho,” khona wothi: “Thula, ngokuba asinakuthinta igama likaJehova.”


Ngalokho ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba kuyisikhathi esibi lesi.


Makabeke umlomo wakhe othulini; mhlawumbe kungaba khona ithemba.


Wathatha udengezi ukuzozenwaya ngalo; wayehlezi phakathi komlotha.


ne-Avimi, nePhara, ne-Ofira,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite