ULevitikusi 7:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 “ ‘Kepha uma umhlatshelo womnikelo wakhe ungowesithembiso noma ungowesihle, uyakudliwa ngalolo suku anikela ngalo ngomhlatshelo wakhe; nangakusasa okuseleyo kuwo kuyakudliwa; Gade chapit laIsiZulu 202016 “ ‘Kepha uma umhlatshelo owunikelayo ungowesifungo noma ungowesihle, uyodliwa ngosuku onikelwe ngalo; okuseleyo kuwo kuyodliwa ngakusasa, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202416 Kodwa uma umnikelo womnikelo wakhe ungokwesithembiso noma ungumnikelo wesihle, kumelwe udliwe ngalo lolo suku anikela ngalo umnikelo wakhe; Gade chapit la |
Lapho isikhulu siyakulungisa umnikelo wesihle, umnikelo wokushiswa neminikelo yokuthula ibe ngumnikelo wesihle kuJehova, siyakuvulelwa isango elibheke ngasempumalanga, silungise umnikelo waso wokushiswa neminikelo yaso yokuthula njengokwenza kwaso ngosuku lwesabatha, bese siphuma; nalapho sesiphumile, isango liyakuvalwa.