Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “ ‘Noma ethinta ukungcola komuntu, nakuba yikuphi ukungcola kwakhe angcole ngakho, kumsithele, lapho esekwazi woba necala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 “ ‘Othinta ukungcola komuntu, noma ngokwaluphi uhlobo, engabonanga, lapho esazi uyoba necala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Noma ethinta ukungcola komuntu, noma yikuphi ukungcola umuntu angcoliswe ngakho futhi kusithekile kuye; uma azi ngakho, uyakuba necala.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 5:3
10 Referans Kwoze  

noma umuntu ethinta into engcolileyo, noma isidumbu sesilo esingcolileyo, noma isidumbu senkomo engcolileyo, noma isidumbu sesilwanyana esikhasayo esingcolileyo, kumsithele, engcolile nokho, woba necala.


“ ‘Noma umuntu efunga ngamawala ngomlomo wakhe ukwenza okubi nokuba ukwenza okuhle, noma yikuphi umuntu angaphahluka ngakho ngesifungo, kumsithele, lapho esekwazi woba necala kokunye kwalokho.


Nanxa umuntu ethinta into engcolileyo, ukungcola komuntu noma isilwane esingcolileyo noma into engcolileyo enengekayo, adle inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula engekaJehova, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ”


Lokhu umuntu ongcolileyo akuthintayo kuyakuba ngokungcolile; umuntu okuthintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.’ ”


Ngosuku angena ngalo endlini engcwele egcekeni elingaphakathi ukuyokhonza endlini engcwele, uyakunikela ngomnikelo wakhe wesono, isho iNkosi uJehova.


umpristi abheke isifo esisesikhumbeni senyama; uma uboya obusebaleni buphendukile baba mhlophe, nanxa ibala libonakala lishonile kunesikhumba senyama yakhe, kuyisifo sochoko; umpristi uyakumbheka, asho athi ungcolile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite