Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 4:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Isikhumba senkunzi, nayo yonke inyama yayo, nenhloko yayo, namanqina ayo, nezibilini zayo, nomswani wayo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Isikhumba seduna nayo yonke inyama yalo, inhloko, amanqina, ezangaphakathi nomswani,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Nesikhumba senkunzi, nayo yonke inyama yalo, nekhanda layo, namathambo alo, nezibilini zalo, nomswani walo,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 4:11
11 Referans Kwoze  

isithole sishiswe phambi kwakhe, isikhumba saso, nenyama yaso, negazi laso, kanye nomswani waso kushiswe;


Kepha inyama yenkunzi, nesikhumba sayo, nomswani wayo, uyakukushisa ngomlilo ngaphandle kwekamu;* kungumnikelo wesono.


Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, udedisile kangaka kithi iziphambeko zethu.


Inkunzi yomnikelo wesono nempongo yomnikelo wesono, elangeniswa igazi lazo ukwenza ukubuyisana endaweni engcwele, ziyakukhishelwa ngaphandle kwekamu,* kushiswe ngomlilo izikhumba zazo nenyama yazo nomswani wazo.


Kepha makungadliwa mnikelo wesono okwangeniswa igazi lawo etendeni lokuhlangana ukuba kwenziwe ukubuyisana endaweni engcwele; woshiswa ngomlilo.


Uyakuyikhiphela inkunzi ngaphandle kwekamu,* ayishise, njengalokho wayishisa inkunzi yokuqala: lokhu kungumnikelo wesono webandla.


njengalokho kwasuswa kuyo inkunzi yomhlatshelo weminikelo yokuthula, umpristi akushise e-altare lomnikelo wokushiswa.


nisinike u-Eleyazare umpristi, yena asikhiphele ngaphandle kwekamu,* sihlatshwe phambi kwakhe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite