Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Niyakudla unyasa omdala, nikhiphe unyasa ngenxa yokusha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Niyakudla okugcinwe ezinqolobaneni, nikhiphe okudala ukuze ningenise okusha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Niyakudla isithombo esidala, nikhiphe esidala ngenxa yesisha.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:10
5 Referans Kwoze  

Niyakulima ngomnyaka wesishiyagalombili, nidle izithelo zikanyasa; uze ufike umnyaka wesishiyagalolunye, kungene izithelo zawo, niyakudla unyasa.


Wazindla phakathi kwakhe, wathi: ‘Ngizakwenzani, lokhu ngingenandawo engingabuthela kuyo ukudla kwami, na?’


“Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe: Niyakudla ngalo mnyaka okuzikhulelayo, nangomnyaka wesibili isihlabane, nangomnyaka wesithathu hlwanyelani, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.


Badla ezithelweni zezwe ngolwangakusasa emva kwephasika, amaqebelengwane angenamvubelo notshwele ngalona lolo suku.


Izibuya ziyakugcwala amabele, nezikhongozelo ziyakuchichima iwayini namafutha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite