Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 24:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngaphandle kwesihenqo sobufakazi etendeni lokuhlangana u-Aroni uyakuzilungisa njalo phambi kukaJehova, aqale kusihlwa kuze kuse; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 ngaphandle kwesihenqo sobufakazi, ethendeni lokuhlangana. U-Aroni uyakuzilungisa njalo phambi kukaSimakade, kusukela kusihlwa kuze kuse. Lokhu kuyoba yisimiso saphakade ezizukulwaneni zenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngaphandle kwesihenqo sobufakazi etendeni lokuhlangana u-Aroni uyakuyala njalo, kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni phambi kukaJehova; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 24:3
6 Referans Kwoze  

“ ‘Kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindlini zenu zonke zokuba ningadli amanoni nagazi.’ ”


“Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe amafutha eminqumo acwengekileyo agxotshelwe ukukhanyisa, ukuba izibani zivuthe njalonjalo.


alungise njalo izibani othini olucwengekileyo phambi kukaJehova.


“Niyakugcina inkonzo yendlu engcwele nenkonzo yase-altare, ukuze ulaka lungabe lusaba khona phezu kwabantwana bakwa-Israyeli.


isibani sikaNkulunkulu sasingakacimi, uSamuweli elele ethempelini likaJehova, lapho kwakukhona umphongolo kaNkulunkulu,


Etendeni lokuhlangana ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi u-Aroni namadodana akhe bayakuziphatha kwasekuhlweni kuze kuse phambi kukaJehova; kuyakuba yisimiso sabantwana bakwa-Israyeli kuze kube phakade ezizukulwaneni zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite