Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 24:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli, uyise wayo engowaseGibithe, yaphuma yaya phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; indodana yowesifazane wakwa-Israyeli nomuntu wakwa-Israyeli baxabana ekamu;*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli noyise ongowaseGibhithe yaphuma yaya phakathi kwabakwa-Israyeli. Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli yaxabana nomuntu wakwa-Israyeli enkanjini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli uyise engowaseGibithe yaphuma phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 24:10
4 Referans Kwoze  

Ingxubevange eyayiphakathi kwabo yaqala ukufisa nokufisa; nabantwana bakwa-Israyeli babuye bakhala, bathi: “Ngubani oyakusipha inyama ukuba sidle na?


Kwenyuka nabo ingxubevange yabantu, nezimvu, nezinkomo, imfuyo eningi kakhulu.


Ziyakuba ngezika-Aroni nezamadodana akhe, bazidlele endaweni engcwele, ngokuba zingcwelengcwele, zingezakhe phakathi kweminikelo yomlilo kaJehova ngesimiso esiphakade.”


indodana yowesifazane wakwa-Israyeli yahlambalaza iGama, yathuka; yalethwa kuMose. Igama likanina lalinguShelomiti indodakazi kaDibiri, owesizwe sakwaDani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite