Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 22:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Yisho kubo ukuthi: ‘Yilowo nalowo wenzalo yenu yonke ezizukulwaneni zenu osondela ezintweni ezingcwele abantwana bakwa-Israyeli abazingcwelisela uJehova, esengcolile, lowo muntu uyakunqunywa, angabikho phambi kwami; nginguJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 “Yisho kubo uthi: ‘Yilowo nalowo, ozalweni lwenu lonke nakuzo zonke izizukulwane zenu, oyosondela ezintweni ezingcwele abantu bakwa-Israyeli abazehlukanisile njengezingcwele kuSimakade, ebe engcolile, lowo muntu uyonqunywa phambi kwami; nginguSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yisho kubo ukuthi: ‘Yilowo nalowo wenzalo yenu ezizukulwaneni zenu oya ezintweni ezingcwele, abantwana bakwa-Israyeli abazingcwelisela uJehova, ukungcola kwakhe kuphezu kwakhe, lowo muntu uyakunqunywa ebusweni bami; iNkosi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 22:3
10 Referans Kwoze  

abazakunikwa isijeziso esingukubhujiswa okuphakade, basuke phambi kobuso beNkosi naphambi kwenkazimulo yamandla akhe,


“Khona iyakuthi kwabangakwesokhohlo: ‘Dedani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe.


Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho oNgcwele.


Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.


Yilowo nalowo othinta isidumbu somuntu ofileyo, angaziphothuli, uyangcolisa itabernakele* likaJehova; lowo muntu uyakunqunywa ku-Israyeli, ngokuba amanzi okuphothula akafafazwanga ngawo; uyakuba ngongcolile; ukungcola kwakhe kuse kuye.


“Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe ukuba bahlukane nezinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli abangingcwelisela zona, bangalihlambalazi igama lami elingcwele; nginguJehova.


Ngathi kubo: “Ningcwele kuJehova, nezitsha zingcwele; isiliva negolide kungumnikelo wesihle kuJehova uNkulunkulu wawoyihlo.


Yilowo nalowo owathaka anjengawo nalowo owathela kumfokazi uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite