Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi kubo: ‘Nxa owesilisa ecucuza emzimbeni wakhe, ungcolile ngokucucuza kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Yishoni kubantu bakwa-Israyeli, nithi kubo: ‘Uma owesilisa emfimfa emzimbeni wakhe, ungcolile ngokumfimfa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Khuluma nabantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma umuntu ecucuza enyameni yakhe, ungcolile ngenxa yokucucuza kwakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:2
15 Referans Kwoze  

maliwele ekhanda likaJowabe nakuyo yonke indlu kayise. Makungaphuthi endlini kaJowabe ukuba kube khona ocucuzayo, nonochoko, nozimelelayo ngodondolo, nowayo ngenkemba, noswele isinkwa.”


“Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu* bonke abanochoko, nabo bonke abacucayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo,


“ ‘Yilowo nalowo wenzalo ka-Aroni onochoko noma ocucuzayo akayikudla izinto ezingcwele aze ahlambuluke. Nalowo othinta okungcolile ngabafileyo, noma umuntu oshaywa yizibuko,


Bheka, owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili weza emva kwakhe, wathinta umphetho wengubo yakhe.


Kukhulu ngezindlela zonke. Kuqala ngokuba baphathisiwe amazwi kaNkulunkulu.


Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, esekhokhele izinyanga konke abephila ngakho, engenakuphulukiswa muntu,


Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili,


Ngokuba wamisa ubufakazi kwaJakobe, wabeka umthetho kwa-Israyeli, ayala ngawo obaba ukuba bafundise abantwana babo,


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi:


Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ngokucucuza kwakhe: noma umzimba wakhe ucucuza, noma umzimba wakhe uvimbekile ekucucuzeni kwakhe, kungukungcola kwakhe.


“ ‘Noma ethinta ukungcola komuntu, nakuba yikuphi ukungcola kwakhe angcole ngakho, kumsithele, lapho esekwazi woba necala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite