Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 14:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Lo uyakuba ngumthetho wonochoko ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe: wolethwa kumpristi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Lena yindlela yomthetho eyolandelwa kulowo onochoko ngosuku ahlanjululwa ngalo: uyolethwa kumphristi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lona uyakuba ngumthetho wonochoko ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe: uyakulethwa kumpristi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 14:2
9 Referans Kwoze  

Kuthe ewabona, wathi kuwo: “Hambani, niyoziveza kubapristi.” Kwathi esahamba, ahlanjululwa.


“ ‘Uma umuntu efa ngokuzumayo eceleni kwakhe, angcolise ikhanda lobuNaziri bakhe, uyakuphucula ikhanda lakhe ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe, aliphucule ngosuku lwesikhombisa.


Lowo ungumthetho wesifo sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba wokusho ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


“ ‘Yilowo nalowo wenzalo ka-Aroni onochoko noma ocucuzayo akayikudla izinto ezingcwele aze ahlambuluke. Nalowo othinta okungcolile ngabafileyo, noma umuntu oshaywa yizibuko,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite