Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Uma uchoko luqhamuka esikhumbeni, ukuze uchoko lusibekele isikhumba sonke sonesifo, kusukela ekhanda kuze kufike ezinyaweni njengokubona kompristi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Uma uchoko lubhebhetheka lusibekele sonke isikhumba sakhe, kusukela ekhanda kuze kufike ezinyaweni njengokubona komphristi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma uchoko luqubuka esikhumbeni, uchoko lusibekele sonke isikhumba salowo onesifo, kusukela ekhanda lakhe kuze kufike ezinyaweni zakhe, nomaphi lapho umpristi ebheka khona;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:12
9 Referans Kwoze  

Ngokuba siyazi ukuthi umthetho ungowomoya; kepha mina ngingowenyama, othengisiwe phansi kwesono.


Sonke saba njengongcolileyo, nokulunga kwethu konke kwakunjengengubo enindiweyo; sabuna sonke njengeqabunga, nobubi bethu basisusa njengomoya.


Ngalokho ngiyazinenga, ngizisole othulini nasemlotheni.”


“Bheka, angiyinto yalutho; ngingakuphendula ngokuthini na? Ngibeka isandla sami emlonyeni wami.


bese kuzwakala namuphi umkhuleko nakuphi ukunxusa noma ngumuphi umuntu noma yibo bonke abantu bakho u-Israyeli abayakwazi, kube yilowo nalowo inhlupheko yasenhliziyweni yakhe, elulele izandla zakhe kule ndlu,


bheka, kuluchoko oludala esikhumbeni senyama yakhe; khona umpristi uyakusho athi ungcolile, angamvaleli, ngokuba ungcolile.


umpristi wobheka; uma uchoko lusibekele yonke inyama yakhe, bheka, uyakusho athi onesifo uhlambulukile; konke kuphendukile kwaba mhlophe: uhlambulukile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite