Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 umpristi abheke; bheka, uma kukhona idunguza elimhlophe esikhumbeni, liphendulile uboya baba mhlophe, nanxa kukhona inyama ebomvu edunguzeni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 umphristi uyakumbheka, uma ebona ukuthi lapho isikhumba sivuvukele khona sekumhlophe, noboya sebuphenduke baba mhlophe nokuthi kukhona inyama ebomvu ekuvuvukeni;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 umpristi ambheke, uma idunguza limhlophe esikhumbeni, kwenze uboya baba mhlophe, kukhona inyama ebomvu edunguzeni;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:10
12 Referans Kwoze  

Uchoko lukaNahamani luyakunamathela kuwe nasenzalweni yakho kuze kube phakade.” Wayesephuma yena ebusweni bakhe enochoko, emhlophe njengeqhwa.


Izwe lingenizonde nina, kepha mina liyangizonda, ngokuba ngifakaza ngalo ukuthi imisebenzi yalo mibi.


Bayamzonda ofakazela ukulunga esangweni; okhuluma ubuqotho banengwa nguye.


Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula.


“Nxa inyama inesibazi esikhumbeni sayo, inyama ebomvu yesibazi iphenduke ibala elikhanyayo, limhlophe libomvana noma limhlophe nje,


“Nxa isifo sochoko sikumuntu, uyakulethwa kumpristi,


bheka, kuluchoko oludala esikhumbeni senyama yakhe; khona umpristi uyakusho athi ungcolile, angamvaleli, ngokuba ungcolile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite