Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 11:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 imbila, nakuba nayo yetshisa, kodwa ayinazo izinselo ezehlukene; ingcolile kini;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nembila, ngokuba iyetshisa, kepha izinzipho azihlukani; ungcolile kini.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 11:5
12 Referans Kwoze  

izimbila ziyisizwe esibuthakathaka, kanti ziyakha izindlu zazo edwaleni;


Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle; amawa ayisiphephelo sezimbila.


Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu, kepha bayamphika ngemisebenzi yabo bengabenyanyekayo, nabangalaleliyo, nasemisebenzini yonke emihle kabasizi lutho.


nabanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla akho bewaphika; labo-ke wobagwema.


Kodwa yilowo owezwa lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo phezu kwesihlabathi.


Bafa besebasha, ukuphila kwabo kube njengokwezifebe zethempeli.


zonke ezahlukanisa inselo, nezidabula inselo kabili, nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla.


“ ‘Kepha lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakwezahlukanisa inselo: ikamela, ngokuba liyetshisa, lingahlukanisi kodwa inselo; lingcolile kini;


nonogwaja, ngokuba uyetshisa, engahlukanisi kodwa inselo; ungcolile kini;


Nokho lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakuzo ezidabula inselo: ikamela, nonogwaja, nembila, ngokuba ziyetshisa, zingahlukanisi kodwa inselo; zingcolile kini;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite