Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 nathengisa ngabantwana bakwaJuda nangabantwana baseJerusalema kumadodana aseJavani ukuba nibadedisele kude nemikhawulo yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 nathengisa ngabantu bakwaJuda nabaseJerusalema kubantu bamaGriki kude le, ukuze nibasuse ezweni labo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abantwana bakwaJuda nabantwana baseJerusalema bathengisa ngani kumaGreki ukuba awasuse kude nemingcele yawo.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 3:6
6 Referans Kwoze  

“ ‘IJavani noThubali noMesheke bona babe ngabathengi bakho, benana abantu boqobo nezitsha zethusi ngempahla yakho.


Zenza inkatho ngabantu bami, zanika umfana ngesifebe, zathengisa ngentombazana ngenxa yewayini, zaliphuza.


Ngiyakuthengisa ngamadodana enu nangamadodakazi enu esandleni sabantwana bakwaJuda, bona bathengise ngabo kumaSheba, isizwe esikude,” ngokuba uJehova ukhulumile.


UJehova uyakukubuyisela eGibithe ngemikhumbi ngendlela engasho ngayo kuwe ukuthi: ‘Awusayikuyibona futhi.’ Lapho niyakuzithengisa ezitheni zenu nibe yizigqila nezigqilakazi, ningathengwa muntu kodwa.”


Amadodana akho namadodakazi akho ayakunikwa ezinye izizwe, amehlo akho abheke, aphele ngokuwalangazelela lonke usuku, kungabikho lutho emandleni esandla sakho.


Ngokuba ngizigobela uJuda njengomnsalo, ngibeka u-Efrayimi kuwo, ngivusela amadodana akho, Siyoni, kumadodana akho, Javani, ngikwenze inkemba yeqhawe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite