Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 3:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kepha uJuda uyakuhlala kuze kube phakade, neJerusalema ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Kepha uJuda uyakuzinza kuze kube phakade, neJerusalema liyakuba khona izizukulwane ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa uJuda uzaphila kuze kube nininini, leJerusalema izizukulwane ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 3:20
3 Referans Kwoze  

Bayakuhlala ezweni engilinike inceku yami uJakobe, ababehlala kulo oyihlo; bayakuhlala kulo, bona nabantwana babo, nabantwana babantwana babo kuze kube phakade, uDavide inceku yami abe yisikhulu sabo kuze kube phakade.


Ngiyakubatshala ezweni labo, bangabe besasishulwa ezweni labo engibanike lona,” usho uJehova uNkulunkulu wakho.


Kepha bheka iSiyoni, umuzi wemikhosi yethu; amehlo akho mawabuke iJerusalema, indlu yokuthula, itende elingayikususwa, elizikhonkwane zalo aziyikusishulwa nanini, nelizintambo zalo aziyikugqashulwa neyodwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite