Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bagijima njengamaqhawe, bakhwela ezingangeni njengamadoda empi; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, abaphambanisi izindlela zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Bagijima njengamaqhawe, njengamabutho empi ekhuphuka ongangeni. Bayahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, abaphambuki endleleni yabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bazagijima njengamaqhawe; bayokhuphuka ugange njengamadoda empi; futhi bayohamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, bangahlukani.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 2:7
11 Referans Kwoze  

izinkumbi azinankosi, kanti ziyaphuma zonke ngamaviyo;


Batheleka emzini, bagijima ogangeni; bakhuphukela ezindlini, bangena ngamafasitele njengesela.


“Khuphukelani ezingangeni zalo, nilichithe, ningaliqedi ngokupheleleyo nokho; susani amagatsha alo, ngokuba awasiwo akaNkulunkulu.


UDavide wathi ngalolo suku: “Yilowo nalowo ochitha amaJebusi makasukele emseleni wamanzi izinyonga nezimpumputhe lezo ezizondwa ngumphefumulo kaDavide; ngalokho kuthiwa: ‘Izimpumputhe nezinyonga azinakungena endlini.’ ”


“OSawule noJonathani babethandeka, bemnandi; ekuphileni nasekufeni kwabo kabahlukaniswanga; babenejubane kunezinkozi, babenamandla kunezingonyama.


Lona linjengomyeni ephuma ekamelweni lakhe; lijabulisa okweqhawe ukugijima endleleni yalo.


Uyangidiliza nokudiliza futhifuthi, angidumele njengeqhawe.


Abahlohlolozani omunye nomunye; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe; baziphonsa phakathi kwezikhali, abakhawuli.


Ku-Asheri abangaphuma impi, bayihlele impi, yizinkulungwane ezingamashumi amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite