Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 1:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Phaphamani, zidakwa, nikhale, nihhewule nonke eniphuza iwayini ukuthi iwayini linqanyulelwe emlonyeni wenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Phaphamani, zidakwa, nikhale, nilile zinkolotshe zewayini, phela iwayini elimnandi selisusiwe emlonyeni wenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Vukani nina zidakwa, nikhale; futhi nikhalele nina nonke eniphuza iwayini ngewayini elisha; ngoba liqunyiwe emlonyeni wenu.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 1:5
13 Referans Kwoze  

Minani nina bacebileyo; khalani, nilile ngezinhlupheko eziyakunehlela.


“Kwakukhona umuntu othile onothileyo, owayegqoka ezibubende nezelineni elihle, ezijabulisa imihla ngemihla etamasa.


Zenza inkatho ngabantu bami, zanika umfana ngesifebe, zathengisa ngentombazana ngenxa yewayini, zaliphuza.


Bhincani, nikhale, bapristi, nihhewule, nina zikhonzi ze-altare; wozani nilale bonke ubusuku ezindwangwini zamasaka, zikhonzi zikaNkulunkulu wami, ngokuba iminikelo yempuphu neminikelo yokuphuzwa kugodliwe endlini kaNkulunkulu wenu.


Jabhani, balimi, nihhewule nina baphathi bezivini ngokolweni nangebhali,* ngokuba isivuno samasimu sichithakele.


“Ndodana yomuntu, profetha uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Hhewulani, nithi: “Wo ngalolo suku!”


Ngalokho bhincani izindwangu zamasaka, nikhale, nihewule, ngokuba ulaka oluvuthayo lukaJehova alubuyanga kithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite