Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 1:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Akunqunywanga ukudla kwethu phambi kwamehlo ethu, intokozo nenjabulo endlini kaNkulunkulu wethu, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Akuqothulwanga yini ukudla phambi kwamehlo ethu, kwaphela intokozo nenjabulo endlini kaNkulunkulu wethu, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Inyama ayinqunywanga yini phambi kwamehlo ethu, yebo, intokozo nentokozo endlini kaNkulunkulu wethu?

Gade chapit la Kopi




UJoweli 1:16
11 Referans Kwoze  

ngize ngifike kulo i-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu wenjabulo yokwethaba kwami, ngikudumise ngehabhu,* Nkulunkulu, Nkulunkulu wami.


Bhincani, nikhale, bapristi, nihhewule, nina zikhonzi ze-altare; wozani nilale bonke ubusuku ezindwangwini zamasaka, zikhonzi zikaNkulunkulu wami, ngokuba iminikelo yempuphu neminikelo yokuphuzwa kugodliwe endlini kaNkulunkulu wenu.


ngalona lolo suku uyakudazuluka athi: “Angiyikuba ngumelaphi, ngokuba endlini yami akukho sinkwa, akukho ngubo; ningangibeki umbusi wabantu.”


Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mazithokoze izinhliziyo zabamfunayo uJehova.


Ngizwise intokozo nenjabulo, ukuze ethabe amathambo owachobozileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite