Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 9:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 abuthana ndawonye ukuba alwe noJoshuwa no-Israyeli nganhliziyonye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 ahlangana ndawonye aba yimbumba efuna ukuhlasela uJoshuwa no-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 basebebuthana ukulwa nganhliziyonye loJoshuwa loIsrayeli.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 9:2
15 Referans Kwoze  

ngokuba bangomoya bamademoni, benza izibonakaliso, abaphuma beya emakhosini ezwe lonke ukubahlanganisela ekulweni kosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke.


Bheka, uma bebuthana, kungaphandle kwami, noma ngubani obuthanela wena, uyakuwa ngenxa yakho.


“Ningasho ukuthi kuluzungu konke abakushoyo laba bantu ukuthi kuluzungu, ningesabi abakwesabayo, nibe novalo ngakho.


Impela omubi akayekwa, kepha inzalo yabalungileyo iyakhululwa.


Ngalokho amakhosi ayisihlanu ama-Amori, inkosi yaseJerusalema, nenkosi yaseHebroni, nenkosi yaseJarimuthi, nenkosi yaseLakishi, nenkosi yase-Egiloni, ahlangana, akhuphuka, wona nawo onke amabandla awo, amisa malungana neGibeyoni, alwa nalo.


Kwathi lapho uJabini inkosi yaseHasori ekuzwa lokho, wathumela kuJobabi inkosi yaseMadoni, nakuyo inkosi yaseShimroni, nakuyo inkosi yase-Akishafu,


Onke lawo makhosi ahlangana, eza amisa ndawonye ngasemanzini aseMerome ukuba alwe no-Israyeli.


“ ‘Nase niwela iJordani, nafika eJeriko; amadoda aseJeriko alwa nani, nama-Amori, namaPherizi, namaKhanani, namaHeti, namaGirigashi, namaHivi, namaJebusi, ngawanikela esandleni senu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite