Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 9:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Lesi sinkwa somphako wethu sasithatha sisashisa ezindlini zethu ngosuku esaphuma ngalo ukuba siye kini; kepha manje, bhekani, sesomile, sikhuntile;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Nasi isinkwa sethu, sasisashisa lapho sisithatha ezindlini zethu ukuba sibe ngukudla kwethu endleleni, ngosuku esalifulathela ngalo elakithi lapho siza kini. Bhekani manje, somile futhi sesize savuthuluka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lesi sinkwa sethu sasithatha sifudumala ezindlini zethu njengokudla ngosuku esaphuma ngalo ukuya kini; kepha manje bhekani, sesomile, siyabubula;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 9:12
3 Referans Kwoze  

Amalunga ethu nabo bonke abakhileyo ezweni lakithi bakhuluma kithi, bathi: ‘Phathani ezandleni zenu umphako wendlela, niye nibahlangabeze, nithi kubo: “Siyizinceku zenu; manenze isivumelwano nathi.” ’


lezi zimvaba zewayini esazigcwalisa zazizintsha; bhekani, seziklebhukile; lezi zingubo zethu nezicathulo zethu sezigugile ngenxa yendlela ende kakhulu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite