Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 UJoshuwa akabuyisanga isandla sakhe awelula ngaso umkhonto, engakaqothuli bonke abakhileyo e-Ayi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 UJoshuwa akasifinyezanga isandla sakhe, wayelokhu eselulile siphethe inkemba, waze wazibhubhisa zonke izakhamuzi zase-Ayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 UJoshuwa akasibuyisanga isandla sakhe ayewelule ngaso umkhonto, waze wababulala bonke abakhileyo e-Ayi ngesiqalekiso.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:26
5 Referans Kwoze  

UJehova wathi kuJoshuwa: “Yelulela umkhonto osesandleni sakho ngase-Ayi, ngokuba ngiyakulinikela esandleni sakho.” UJoshuwa welulela-ke umkhonto osesandleni sakhe ngasemzini.


UJoshuwa wamchitha u-Amaleki nabantu bakhe ngosiko lwenkemba.


Sathatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, sachitha saqeda yonke imizi enamadoda nabesifazane nezingane; asishiyanga muntu;


Kepha bathi ukuba abakhileyo eGibeyoni bezwa lokho uJoshuwa ayekwenzile kulo iJeriko ne-Ayi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite