Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bonke abantu bempi ayenabo bakhuphuka, basondela, baya phambi komuzi, bamisa ngasenyakatho kwase-Ayi; kwakukhona isigodi phakathi kwakhe ne-Ayi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Wonke amabutho ayenaye akhuphuka, asondela phambi komuzi, ayesekanisa ngasenyakatho e-Ayi, kukhona umfula obehlukanise nomuzi i-Ayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bonke abantu, amadoda empi ayekanye naye, bakhuphuka, basondela, bafika phambi komuzi, bamisa ngasenyakatho kwase-Ayi; kwakukhona isigodi phakathi kwabo ne-Ayi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:11
2 Referans Kwoze  

UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, wabutha abantu, wakhuphuka, yena namalunga akwa-Israyeli, phambi kwabantu, waya e-Ayi.


Wathatha amadoda kungathi izinkulungwane eziyisihlanu, wawaqamekelisa phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga komuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite