Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 7:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Zakukhipha phakathi kwetende, zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, bakubeka phansi phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Zakukhipha ethendeni zakuletha kuJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, bakwendlala phambi kukaSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Zakukhipha phakathi kwetende zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli zakubeka phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 7:23
3 Referans Kwoze  

UJoshuwa wayesethuma izithunywa, zagijimela etendeni; bheka kwakuthukusiwe etendeni lakhe, isiliva liphansi.


UJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli benaye bamthatha u-Akani indodana kaZera, nesiliva, nengubo, nesigaxa segolide, namadodana akhe, namadodakazi akhe, nezinkabi zakhe, nezimbongolo zakhe, nezimvu zakhe, netende lakhe, nakho konke anakho, bakukhuphulela esigodini sase-Akori.


Njengalokho usufunisisile kuyo yonke impahla yami, uthole ntoni yezinto zonke zendlu yakho na? Yibeke lapha phambi kwabafowethu nabafowenu ukuba banqume phakathi kwethu sobabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite