Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 7:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UJehova wathi kuJoshuwa: “Sukuma; uweleni kanje ngobuso bakho na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 USimakade wathi kuJoshuwa: “Sukuma! Uweleni ngobuso emhlabathini, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UJehova wayesethi kuJoshuwa: “Sukuma; ucambalale kanje ngobuso bakho?

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 7:10
7 Referans Kwoze  

UJehova wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nini na? Ngokuba ngimlahlile ukuba angabe esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngiyakukuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizibonele inkosi phakathi kwamadodana akhe.”


USamuweli wathi: “UJehova uyenamela yini iminikelo yokushiswa nemihlatshelo, njengalokhu enamele ukulalelwa kwezwi likaJehova, na? Bheka, ukulalela kuhle kunomhlatshelo, nokuqaphela kuhle kunamanoni ezinqama.


UJehova wayesethi kuMose: “Ukhalelani kimi na? Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bahambe.


eyegolide, neyesiliva, neyethusi, neyensimbi, kungenakubalwa; suka usebenze; uJehova makabe nawe.”


Ngokuba amaKhanani nabo bonke abakhileyo ezweni bayakukuzwa, basihaqe, banqume igama lethu emhlabeni; uyakwenzela ntoni igama lakho elikhulu na?”


U-Israyeli wonile, yebo, beqile isivumelwano sami engabayala ngaso, yebo, bathathile nakukho okuqalekisiweyo, futhi bebile, baqambile amanga, bakubeka kweyabo impahla.


UJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite